Menu
Mon panier

En cours de chargement...

Recherche avancée

uNtozami

  • Virtued Press

  • Paru le : 06/03/2024
Ingowesifazane womLungu owayesikhinininda asikhiphe ngamakhala isiZulu. Owayehlala epulazini likayise. Wayevame ukuvakashela abantu abamnyama ababesebenzela... > Lire la suite
2,99 €
E-book - ePub
Vérifier la compatibilité avec vos supports
Ingowesifazane womLungu owayesikhinininda asikhiphe ngamakhala isiZulu. Owayehlala epulazini likayise. Wayevame ukuvakashela abantu abamnyama ababesebenzela uyise, ababehlala enkopholo. Wabe esefudulwa nguyise esesigabeni sokuthomba. Lokhu kufudulwa kwakhe kuqhamuka emva kokuba ebe nokuzwana nomfana owayezalwa esinye sezisebenzi sepulazi likayise. Lokho kwamnenga kabi uyise. Lona wesifazane usebuya emva kweminyaka engamashumi amabili ezokwenza uhwebo kuleli-zwe.
Ufika ukhumbula ukuba kwakunabantu ababehlalisana nabo emapulazini eminyakeni engamashumi amabili edlule. Nango-ke esephuma inqina ethungatha lo mndeni ayevame ukuwuvakashela esakhula. Ikakhulu elangazelela nokubona lo mfana abe ezwana naye, ukuba bala usawadla yini amabele anhlamvana. 

Fiche technique

  • Date de parution : 06/03/2024
  • Editeur : Virtued Press
  • ISBN : 8224799992
  • EAN : 9798224799992
  • Format : ePub
  • Caractéristiques du format ePub
    • Protection num. : pas de protection

À propos de l'auteur

Biographie de Siyanda Ngema

Mayelana noSiyanda Ngema USiyanda Ngema wazalwa mhla ziyi-07 kuNhlangulana 1990, ezalelwa esibhedlela saseMdlovane (eGreytown Hospital). Wakhuliswa nguninakhulu owateta unina, endaweni yakwaHlomendlini, emakhaya. Waqala imfundo esemabangeni aphansi eRamlakan Primary School, okuyilapho afunda khona wabe esedlulela esikoleni sasoDumo, isikole samabanga aphezulu. ODumo yilapho afunda khona waze waphothula izifundo zakhe zikamatikuletsheni, ngo-2009.
 Siyanda Ngema - uNtozami.
uNtozami
2,99 €
Haut de page